KUSENZIMA ukuthi amadoda aphumele obala aveze okuwaphethe kabi nokuholela ekutheni agcine ehlaselwa yizifo zengqondo.
BANGAPHEZULU kuka-40 million emhlabeni abantu besifazane okungenzeka babe nezinkinga zezempilo zesikhathi eside ngemva kokubeletha.
IKHOFI lingesinye seziphuzo ezithandwa ngabantu abaningi emhlabeni.
ONGOTI bezempilo bathi isifo sikashukela esiyingxube yezinhlobo ezimbili zesifo sikashukela ezaziwayo, i-hybrid diabetes sizodala izinkinga zezempilo entsheni ngoba ...
UKUDLA izicoficofi okungaba ukumaya ukudla okunoshukela omningi, inyama ebomvu, utshwala, ukudla okugayiwe, okufakwe ama-artificial sweetners kungaholela ekutheni ...
INDLELA oya ngayo ezinsukwini zakho ingakukhombisa ukuthi unenkinga yokukhulelwa noma cha.
IZINKUMBI zamakhasimende anezinkinga zezigubhu zikagesi osebenzisa ikhadi nayizolo bezisaqhubeka nokutheleka emahhovisi ase-Eskom ehlukene, yize le nkampani ibisimemezele ...
Izinkinga zesidoda, ukukhuluphala ngokweqile, ukubhema notshwala kungezinye zezizathu ezidala ukungazali kwabesilisa.
UMSEBENZI wezandla awuqala esohambeni lokwelapha ingcindezi nokhwantalala, usuphenduke ibhizinisi.
UKUNUKA komlomo isimo esijwayelekile eseyamaniswa nokungaxubhi kodwa ongoti benhlanzeko yomlomo bathi kuyenzeka singadalwa ukuthi awuxubhi kodwa sidalwe ukudla okudlayo ...
INHLANGANO yabelaphi i-National Unitary Professional Association for African Traditional Health Practitioners of SA (NAPUTSA) ikhuza abelaphi baKwaMashu naseNtuzuma ...
IZINHLAKA zikahulumeni eziqinisekisa ukuthi umphakathi udla ukudla okuphephile okusezingeni eliyilo zehlulekile ukwenza umsebenzi wazo.
IYINZUKAZIKEYI indaba yezigameko zezingane ezidle ukudla okunobuthi zagula muva nje.
ABANYE abantu besifazane akupheli isikhathi eside bengawasebenzisanga ama-antibiotics iMetronidazole, ...
UKUDLA izicoficofi, noshukela ngesikhathi ukhulelwe kungaholela ekutheni ingane ibe nezifo ezingamahlalakhona ezihambisana nendlela odla ngayo uma isikhulile.
INGCINDEZI nokuhlala edlinza ngokuvalwa kwenyuvesi, wabe esehlala ekhaya ngesikhathi sokubheduka kobhubhane lweCovid-19, kuzale ibhizinisi kowesifazane waseMpangeni. ...
ISIFO samathambo kasidalwa ukusebenzisa kakhulu amanzi njengoba abantu abaningi becabanga.
OQHIBUKHOWE bezinkulisa ezisebenzela emakhaya ezibiza kancane ziphazamisa umsebenzi wezinkulisa ezisebenza ngokusemthethweni.
ISIFO sokwakheka koketshezi esikhwameni samankwahla asilona ilumbo, isifo esikhona esivamile kubantu besilisa asebekhulile.
ABALULEKA osomabhizinisi abancane bathi kumele bangagijimeli ukuyofunda amakhono ebhizinisi ngoba behehwa imali yokugibela abazoyithola. UMnuz Elijah Masondo wenkampani ...
“SESIZOKWAZI ukukhulukeka sikwazi ukuhlolwa ngaphandle kokwesaba ukuthi amalungu omphakathi azokhuluma ngathi uma esibone emitholampilo. ”
KUSHONE iziguli ezimbili ezingozini ezintathu ezehlukekene ezenzeke KwaZulu-Natal.
AKUKHO okumele ukwenze ekhaya uma ulunywe inyoka ngaphandle kokuphuthuma esibhedlela noma ufonele umuntu owungoti wezinyoka akuyalele isibhedlela esikwaziyo ukwelapha ...
UMA zinganda izinhlelo zokuthuthukisa abesifazane emkhakheni wezolimo, ingancipha indlala.
UKUKHULUPHALA ngokweqile okubhebhezelwa ukudla okunoshukela namafutha amaningi nokungawunyakazisi umzimba kungaholela ekutheni kuvuvukale indlala yesinye emadodeni. ...