KUBE nenkulu injabulo ngesikhathi kwehla uphethroli ezinyangeni ezimbalwa ezedlule. Namhlanje ebusuku abanikazi kanjalo nabashayeli bezimoto bazokube bekhala bezithulise njengoba kulindeleke ukuthi uphinde wenyuke futhi uphethroli.